NEHAWU Hits Back at KZN Health Department

Written by on 18 November, 2020

By: Nompendulo Ngubane

Inyunyana yabasebenzi bezempilo iNEHAWU ithi ayeneme ngesinqumo soMnyango sokumisa abasebenzi abangu 8 esibhedlela iNorthdale eMaritzburg.

Labasebenzi bamiswe kulandela isgameko sangesonto eledlule lapho umphathi walesibhedlela uEdward Manyokole ekhishwe ngo dli esamagcekeni abasebenzi bemsola ngenkohlakalo.

UNobhala weNEHAWU esfundeni i Harry Gwala uMazwi Ngubane uthi uma umnyango ungababuyiseli laba basebenzi emsebenzini nabo njenge NEHAWU bazothatha izinyathelo.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background