0

uCele Ushoshozela Eyamaphoyisa Nomphakathi

By: Sithulile Mdletshe Ungqongqoshe wamaphoyisa uBheki Cele uthi ukubambisana phakathi kwamaphoyisa kanye nama forum emphakathini kungasiza ukwehlisa izinga lobugebengu elikhuphukayo. UCele wethule isabelomali sika-R100 billion ePhalamende. Kulesi sabelomali usegcizelele kakhulu isidingo sokuthi amaphoyisa asebenze ngokubambisana nama forums omphakathi angaphezu kuka-700 ezweni lonke. Uthi emva kokubheduka kwezibheli zango July ngonyaka odlule kucace bha ukuthi izikhamazi zidinga […]

0

Amaphaphu Phansi nge-Monkeypox – NICD

By: Sthulile Mdletshe The National Institute for Communicable Diseases (NICD) says there shouldn’t be any panic following the outbreak of the Monkeypox virus. Moneypox is a virus from the same family as smallpox and most common in remote parts of Central and West Africa. At least 92 cases have been confirmed globally and 28 suspected […]

0

Isikhona Imali Eyabelwe Izikhukhula

By: Sthulile Mdletshe Ungqongsohwe eHhovisi likaMengameli u-Mondli Gungubele useqinisekise amalungu ePhalamende ukuthi sekubekwe eceleni imali esikhwameni sezimo eziphuthumayo. Lemali kuhloswe ngayo ukuthi ilekelele isifundazwe iKZN kulandela izikhukhula eziphinde zahlasela ngempelasonto esiphuma kuyo. Uphinde watshela iPhalamende ukuthi izikhukhula zakamuva azigcinanga nje ngokukhahlameza i-KZN, kodwa kuthiteke ne-North West, Eastern Cape kanye ne-Northern Cape.

0

Gagasi FM CARES CLERMONT & MOLWENI DONATION HANDOVER

The GagasiFMCareForKZN crew continued with the work of giving back to communities affected by the KZN floods in Clermont Durban on the 19th of May 2022. Our first stop was Clermont Community Centre and eMhlabunzima Community Hall. We then headed out to eMolweni at Dinabakubo Community Hall. Communities in these areas have found refuge in […]

0

Babhodla Umlilo Ngesikole Sase-PMB

By: Nompendulo Ngubane Abazali kanye namalungu esigungu sesikole I-School Governing Body esikoleni samabanga aphezulu iSukuma ePietermaritzburg,enkabeni ye-KZN bathi bafuna isikole siqashe uthishanhloko ngokuphelele ukugwema izinkinga ezihlasele lesi sikole. Isikole kumanje sinothishanhloko osabambile emva kokuthi kube nezinkinga zokungaboni ngasolinye lapho kuqokwa uthishanhloko njengoba abazali kanye ne SGB bethi akuzange kuhanjiswe ngemigomo efanele futhi kwaba nomkhonyovu. Abazali […]


WINNING TASTES BETTER WITH STEERS!

Gagasi FM

What You Want to Hear



Background