0 0

GAGASI TOP 100 COMPETITION TERMS AND CONDITIONS

GAGASI FM TOP 100 COUNTDOWN TERMS AND CONDITIONS Before you enter the competition please read competition rules below: 1. By entering the competition and/or accepting any prize (if you are a winner), you agree to be bound by these terms and conditions. 2. The outcome of the competition is subject to the decision of the […]

0 0

Liyaqhubeka icala elibhekene noZuma

Abameli balowo owayengumengameli wezwe, uJacob Zuma, bathi basamile ekutheni amacala abhekene noZuma anenhlese yezepolitiki yokudicilela phansi isithunzi negama lakhe. Lokhu kushiwo ngummeli kaZuma, uMuzi Sikhakhane, njengoba kuqhubeka ukulalelwa kwezicelo zabammeli bakaZuma nalabo benkampani yezikhali yaphesheya iThales sokuchithwa kwamacala ababhekene nawo. USikhakhane uthi ukubhecwa kukaZuma ngalamacala kugqame kakhulu ngesikhathi kuyiwa engqungqutheleni yasePolokwane ngo2007 eyayizokhetha umholi phakathi […]

0 0

Abafundi abangaboni sebehlomule ngomtapowolwazi

UNgqongqoshe womnyango wezobuciko namasiko kulesifundazwe, uHlengiwe Mavimbela, usevule ngokusemthethweni umtapowolwazi wabantu abangaboni emehlweni esikoleni Ethembeni eNchanga entshonalanga yeTheku. Ukuvulwa kwale-Library kuyingxenye yemkhankaso yokubungaza inyanga yabantu abakhubazekile, neholwa nguhulumeni wesifundazwe. uMavimbela uthi ngalesenzo, balandela umyalelo kaMengameli, uCyril Ramaphosa, wokuthi akekho umfundi okufanele afike eminyakeni eyishumi engakwazi ukufunda nokubhala. Listen here: Content hosted by iono.fm By: Mfundo […]

0 0

Residents benefit from Operation Khawuleza

Finance MEC, Ravi Pillay, has urged the community of UMgungundlovu district to ensure that they look after the equipment that has been handed over to them as part of Operation Khawuleza. Residents have benefited from a multi-million rand yellow plant equipment, which will help in making sure that the municipalities responds urgently to service delivery, […]

0 0

Listen: Abazali bakhala ngokumiswa kukathisha

Abazali babafundi baseGeorgetown eMaritzburg, sebegasele emahhovisi enhloko yomnyango wezeMfundo kulelidolobha bekhala ngokuthi bafuna izimpendulo ngesinqumo somnyango sokumisa oyisekela likathishomkhulu waleskole. USimon Madlala, kulindeleke ukuthi ame ukusebenza ngoJanuary ngecala lokushaya umfundi wentombazane kulesikole. Listen here: Content hosted by iono.fm By: Nompendulo Ngubane


Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background