i-DA ifuna kuphenywe ngohlelo i-EPWP

Written by on 10 October, 2019

By: Lindelani Mbatha

i-DA kulesisifundazwe ithi ifuna kuqaliswe uphenyo ngohlelo iExpanded Public Works Programme.

Loluhlelo lubhekene nengqinamba ikakhulukazi ngaphansi komasipala weTheku njengoba abasebenzi befuna ukuqashwa ngokusemthethweni.

Kwezinye izindawo kuphazamiseke nokuthuthwa kukadoti ngenxa yalesteleka.

Obhekele imisebenzi kakhulumeni, uMartin Meyer, uthi indlela loluhlelo oluqhubeka ngayo abayithembisi.

Listen here:


Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background