i-ANC ithi ifuna incazelo ngesikweletu samabhasi

Written by on 9 October, 2019

By: Bongani Gina

I-ANC kulesfundazwe ithi isicele izikhulu zikamaspala weTheku ukuthi zihlanganise umbiko mayelana nesikweletu sika R600 million okuthiwa lomaspala usikweletwa yinkampani yamabhasi iTransnat.

Kanti umaspala ususabise ngokudla amabhasi alenkampani ukuzama ukucover lesi sikweletu

Ethula umbiko kanye nezinqumo zomhlangano wobuholi be ANC esfundazweni unobhala walenhlangano, uMdumiseni Ntuli, uthi bazoyixazulula lenkinga.

Listen here:

Khonamanjalo lenhlangano ithi ikhathazekile nangesibalo sabantu ababoshwayo baphinde badedelwe emacaleni aphathelene nokubulawa kosopolitiki kulesifundazwe.

Listen below:


Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background