Inkantolo yomthetho sisekelo ithi inyuvsi iStellenbosh kumele isebenzise ulwimi lwesingisi ukufundisa

Written by on 10 October, 2019

By: Bright Ntuli

Oyishoshovu sezemfundo, uHendrick Makaneta, usesishayele ihlombe isinqumo senkantolo yomthetho mayelana nomgomo wezolwimi enyuvesi iStellenbosh eWestern Cape.

Lenkantolo enkulu kunazo zonke ezweni isinqume ukuthi lenyuvesi kumele isebenzise ulwimi lweSingisi ukufundisa kanye nokuxhumana nabafundi.

Lenyuvesi phambilini yayifundisa ngolwimi lwesiBhunu kanti uMakaneta uthi uhulumeni kumele aqinisekise ukuthi nezinye izikhungo ekusafundiswa kuzo ngesibhunu ziyashintshwa njengoba ethi lokhu kugqugquzela ukucwasa.

Ukuzwa ujaji, uJohan Fronman, ekhipha lesinqumo ungalalela la:


Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background