iNumsa ithi yayingafuni ukuphuma ngaphansi kweCosatu

Written by on 2 May, 2019

By: Sanelisiwe Dlangamandla

Inyunyana yabasebenzi, iNumsa, ithi yayingafuni ukuphuma ngaphansi komfelandawonye wezinyunyana zabasebenzi iCOSATU kodwa yaphoqwa izimo ezithile.

Unobhala walenyunyana yabasebenza ngokusansimbi esifundazweni saseGauteng, uDumisani Dakile, uthi miningi imibono yabo iCosatu eyayingafuni ukuyilalela ngabasebenzi.

UDakile uqhuba ngokuthi bazizwa bephephile kakhulu ngaphansi komfelandawonye omusha iSAFTU kanti uDakile uthi bawubona ukhula udlondlobala kakhulu.

 

Tagged as

Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background