Izinkinga zaEskom sezinekelwe iPhalamende

Written by on 13 February, 2019

By: Lindelani Mbatha

Oyisikhulu esiphezulu kumabhizinisi kahulumeni uThuto Shomang uthi inkinga enkulu ebhekene noEskom ukuthi izinjini zalenkampani bezingalungiswa.

uShomang ukhulume kanje njengoba umnyango wamabhizinisi kahulumeni uvele phambi kwekomidi elibhekelele lomnyango ephalamende.

Kumanje lenkampani kahulumeni ibhekene nenkinga yokungakwazi ukusebenza ngendlela, nokuholele ekutheni kube neloadshedding uStage 3.

“Njengoba izinjini zifile nje bebesebenzisa uDiesel ukuze bakwazi ukuthwala isizinda zagesi kodwa uDeasel uyabiza. Manje sesizithola sinezinjini ezifile okwenza ukusebenza kungaqhubeki kanti futhi awukho noDeasel owanele ukugwema iLoadshedding,” kusho uShomang.

Listen below:

Tagged as

Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background