Owesifazane usedutshulwe umfowabo kwakhe washona

Written by on 11 October, 2019

By: Mthokozisi Manqele

 

Owesilisa wasendaweni yase Nkundusi eMtuba enyakatho yesfundazwe, usedubule wabulala udadewabo maqede wazidubula naye wazibulala.

Lomlisa kubikwa ukuthi uvuke waqonda emzini kadadewabo obehlala yedwa bude buduze nomuzi wakhe, wavele wamkhomba ngesbhamu wamdubula.

Lezelamani sekuvele ukuthi bezivele zihlala ngokuxabana njengoba kubikwa ukuthi lowesilisa ubevamise ukususa uthuthuva uma esephuzile.

Oyiskhulumi samaphoyisa akuleyandawo uJustice Hlabisa uyachaza.

Listen here:


Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background