UKhoza uthi impumelelo ilele kwezolimo

Written by on 10 October, 2019

By: Lindelani Mbatha

Ungqongqoshe wezokuthuthukiswa komphakathi kulesifundazwe, uNonhlanhla Khoza, uthi kubalulekile ukuthi imiphathakathi izibandakanye nezolimo ukuqeda ububha.

uKhoza ubekhuluma nabezindaba zeGagasi FM, njengoba namhlanje eyokwethula umkhankaso wezolimo ngaphansi kwesifunda Ugu eningizimu yesifundazwe.

Uhambele loyamasipala njengoba undunankulu wesifundazwe uSihle Zikalala ajuba ongqongqoshe bonke ukuthi babambe iqhaza ekuthuthukiseni izifunda ezahlukene.

uKhoza uthi bafuna imiphakathi ibambe iqhaza ukuthuthukisa umnotho weKZN.

Listen here:


Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background