uMabuza uthi ukuhlukaniswa kuka Eskom kuzoba nomthelela omuhle

Written by on 10 October, 2019

By: Lindelani Mbatha

Usihlalo webhodi lakwa Eskom, uJabu mabuza, uthi lenkampani ephakela ngogesi kuleli kubalulekile ukuthi ihlakazwe kathathu ukuze izosebenza ngendlela.

uMabuza ubethula umbiko wonyaka wakwa Eskom ekomidini elibhekele ukusebenza kwezinkampani zikahulumeni ephalamende.

iEskom kulonyaka ilahlekelwe yinzuzo ka-R21 billion wamarandi kanti uMengameli uCyril Ramaphosa wathi kumele ihlazwe kathathu okuzoba yi Generation, Transmission kanye neDistribution.

uMabuza uthi bazoqinisekisa ukuthi lokhu kuyenzeka kodwa kungalahleki amathuba emisebenzi.

Listen here:


Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background