uMaite Nkoana-Mashabane uthi akekho umuntu wesifazane ofanelwe ukunubezwa

Written by on 11 October, 2019

By: Sanelisiwe Dlangamandla

Ungqongqoshe wabesifazane ehovisi likamengameli, uMaite Nkoana-Mashabane, uthi akekho umuntu wesifazane ofanelwe ukunubezwa aphinde futhi afele ezandleni zomdlwenguli wakhe.

UNkoane Mashabane, usho kanje njengoba ehambele ingqungquthela mayelana nodlame olubhekiswe kwabesifazne eGoli.

Abanye bongqongqoshe abahambele lengqungquthela owezokuthuthukiswa komphakathi, uLindiwe Zulu.

UNkoane Mashabane usekhulume ngokubulawa kukaloyo owayengumfundi wasenyuvesi yase Kapa, u-Uyinene Mrwetyana, ethi baningi abesifazne abafa njengaye abangadumanga.

Listen here:


Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background