Umeya womkhandlu Ugu, uSizwe Ngcobo, uthi uzolwisana nezinkinga ezibhekene nabesifazane

Written by on 9 October, 2019

By: Lindelani Mbatha

Umeya womkhandlu Ugu, uSizwe Ngcobo, uthi uzolwisana nezinkinga ezibhekene nabantu besifazane kanye nezingane.

uNgcobo ubekhuluma ngesikhathi egcotshwa ngokusemthethweni njengomeya omusha walomasipala.

Izibalo zabakwa stats SA ziveza ukuthi bathathu abantu besifazane ababulawa njalo ngehora kuleli.

uNgcobo uthi uzobhekana ngqo nalezigameko kulomasiapala.

Listen here:

Izolo uNgcobo unxuse amakhansela ukuba asebenze ngokuzukhandla ukuthuthukisa izimpilo zabantu:

Listen here:


Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background