Ungqongqoshe, uNonhlanhla Khoza, uthi umeya omusha womkhandlu uGu, kumele abhekane nezinselelo ezikhungethele umphakathi

Written by on 9 October, 2019

By: Lindelani Mbatha

Ungqongqoshe wezokuthuthukiswa komphakathi kulesfundazwe, uNonhlanhla Khoza, uthi unethemba lokuthi umeya omusha womkhandlu uGu, eNingizimu yesfundazwe, uzokwazi ukubhekana nezinselelo ezikhungethele umphakathi wakuleyandawo.

uKhoza ubekhuluma ngesikhathi kugcotshwa ngokusemthethweni, uSizwe Ngcobo, njengomeya omusha walomasipala.

Lomkhandlu ubhekene nenkinga yokushoda kwamanzi kanye nokuguga kwengqalasizinda.

uKhoza uthi kuzomele uNgcobo asebenzele nokudala amathuba emisebenzi.

Listen here:


Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background