URamaphosa unxenxa izakhamuzi ukuthi zikhokhe izikweletu zikagesi

Written by on 11 October, 2019

By: Lindelani Mbatha

Umengameli, uCyril Ramaphosa, uthi izakhamuzi kumele ziwukhokhele ugesi ukuze uEskom naye ezokwazi ukukhokhela izikweletu zakhe.

uRamaphosa usho kanje ngenkathi ephendula imibuzo evela kumalunga omkhandlu wezifundazwe ephalamende iNCOP.

u Eskom kumanje ukweleta imali elinganiselwa ku-R450 billion kanti baningi nomasipala abawukweleta izindodla zemali, omunye walabomaspala owase eNewcastle kuso lesfundazwe.

uRamaphosa uthi imiphakathi kumele ikhokhele ugesi ewusebenzisayo.

Listen here:


Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background