Odilika Jele Kumfundisi Odlwengule Ingane ena-13

Written by on 19 October, 2021

By: Pamella Majola

Umfundisi oneminyaka engu-47 ubudala usegixabezwe ngodilika jele ababili inkantolo yesifunda oLundi, enyakatho yeKZN.

Oyiskhulumi samaphoyisa esifundazweni uThembeka Mbele, uthi lomfundisi ongu Menzi Madela, wadlwengula indondakazi yentombi yakhe enimenyaka engu-13 ubudala ngo 2018.

U-Mbele uthi uMadela wabanjwa oqotshweni yintombi yakhe enza lomkhuba endodakazini yakhe.

Uqhuba ngokuthi lesigilamkhuba somfundisi sasidumile futhi sihlonishwa endaweni.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background