Osomabhizinisi Baphefumula Ngomthelela ka-Thaqa
Written by Mfundo on 29 June, 2021
By: Nompendulo Ngubane
Osomabhizinisi kanye nabasebenzi emkhakheni wezokungcebeleka bathi yize besamukela isinqumo sikahulumeni sokubeka izwe esigabeni sesine, kodwa lokhu kushaya kuyazwela kubona.
UMengameli uCyril Ramaphosa umemezele ukuthi izwe ulibeka kulesi sigaba ukuzama ukunqanda ukubhebhetheka kwe COVID-19 yohlobo lwe Delta, ngenxa yokunyuka kwesibalo sabantu abahaqwa ileli gciwane mihla namalanga.
Lokhu sekuholele ekutheni izindawo zokungcebeleka namabhizinisi akulomkhakha avale njengoba angeke esakwazi ukwamukela abantu bahlale badle, baphuze, kuze kube kubuyekezwa imigomo.
uNompendulo Ngubane uyabika,
powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.