Owezempilo Uthi iCovid-19 Ayikapheli!

Written by on 28 March, 2022

By: Bright Ntuli

Umnyango wezempilo KwaZulu-Natal uthi nakuba imithetho ye Covid-19 isixegisiwe kodwa lesifo esikapheli.

Ungqongqoshe walomnyango uNomagugu Simelane ubehambele indawo yase Newcastle enyakatho yesifundazwe, ngaphansi komkhankaso obizwa nge Sidlala Sigomile.

Lomkhankaso kuhloswe ngawo ukugqugquzela abantu ukuthi baphume ngobuningi bayogoma, ikakhukazi njengoba abalandeli bebhola sebezokwazi ukubuyela ekulibukeleni bukhoma ezinkundleni zemidlalo.

Eqhuba lomkhankaso ngokuhambisana nabadlali bebhola abadumile, uSimelane uthi isifunda sase-Majuba yiso esinesibalo esincane kakhulu sabantu asebegomele iCovid-19.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Continue reading

Gagasi FM

What You Want to Hear



Background