Ramaphosa Is A Liar And A Swindler- Malema

Written by on 14 July, 2022

By: Sthulile Mdletshe

Umholi weqembu lepolitiki i-Economic Freedom Fighters (EFF) uJulius Malema usesole umengemeli uCyril Ramaphosa ngokuvuma ukugwazelwa osomabhzinisi abamhlophe ukuwisa inkampani ephakela iNingizimu Africa ngogesi, u-Eskom.

Sekuphele iminyaka engaphezulu kuka-20 selokhu lelizwe labhekana nenkinga yokucishwa kukagesi izikhawu.

U-Eskom ubhekene nenkinga yokuhluleka ukuhlinzeka iNingizimu Africa ngogesi owanele nokuholela ekutheni izwe libe ngaphansi kweLoadshedding.

Sikhuluma nje iNingizimu Africa isesigabeni sesithathu sokucishwa kukagesi okuzoqhubeka isonto lonke.

UMalema uthi konke okwenzeka kwa-Eskom kuyinhloso kaRamaphosa nongqongqoshe wamabhizinisi uPravin Ghordan ukuthi ihlakazwe lenkampani bese idayiselwa obhululu bakhe.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background