Sebemisiwe abasebenzi ebebekhala ngokungabi nezinsiza zokusebenza eGreys
Written by Lethiwe Mdluli on 31 March, 2020
Ukushoda kwezinsiza kusebenza eziphephile kusalokhu kuyinkinga kubasebenzi bosizo oluphuthumayo okungama ambulance esibhedlela iGreys eMaritzburg.
Lokhu kushoda kwezinsiza sekuholele ekutheni abasebenzi bahudule izinyawo lapho kumele bayolanda iziguli khona nosekudale ukuthi kube nabasebenzi abathweswe icala emva kokuthi bengazange baye ukolanda isiguli ngesonto eledlule.
Lesiguli bese sivele siqinisekisiwe ukuthi sineCoronavirus.
uNompendulo Ngubane uyabika.
Listen here:
https://iono.fm/e/838812
By: Nompendulo Ngubane