Sebetholakele Abaminze OThukela

Written by on 28 June, 2022

By: Mthokozisi Manqele

Abesilisa ababili ebese kuphele isonto lonke becingwa edamini lasoThukela enyakatho yesifundazwe, sebetholakale sebeshonile.

U-Xolani Ndlanzi beno Ayanda Mbhele base Bergville bahamba beya kodoba kulelidamu, bangaphinde batholakala.

Kubikwa ukuthi baminza ngesikebhe sokuzakhela.

U-Mthokozisi Manqele uyabika.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background