Sekuboshwe Abangu 259 Ngamacala Okudlwengula Enyangeni Eyodwa eKZN

Written by on 7 April, 2022

By: Bright Ntuli

Amaphoyisa ase-KZN asenxuse imiphakathi ukuthi iwalekelele ukulwa nesihlava sokuhlukunyezwa kwabantu besifazane kanye nezingane.

Abakwasidlodlo basho kanjena nje kulenyanga eyedlule nje iyodwa, babophe abasolwa abangu-259 ngamacala okudlwengula.

Oyiskhulumi samaphoyisa kulesifundazwe uNqobile Gwala uthi banxusa ikakhulukazi izisulu ukuthi zingangabazi ukubikela amaphoyisa uma zihlukumezekile.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background