Sekudingidwe Olwase Russia-Ukraine ePhalamende

Written by on 16 March, 2022

By: Lindelani Mbatha

Amaqembu ezepolitiki ephalamende aseveze imibono eyehlukene ngodaba oluthinta impi yaseRussia kanye neUkraine.

Amanye alamaqembu asola uhulumeni wakuleli ngokungaphumeli obala ngaludaba.

Athi umengameli uCyril Ramaphosa uhlulekile ukubhekelela amalungelo abantu base-Ukraine, ngokunganxusu iRussia ukuba iyeke ukuhlasela umakhelwane wayo.

U-Lindelani Mbatha uyabika.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background