Sekudlule Emhlabeni UMyeni kaNgqongqoshe uDube-Ncube
Written by Mfundo on 28 January, 2021
By: Nompendulo Ngubane
Uhulumeni wakwaZulu-Natal usudlulise amazwi enduduzo emndenini wakwa Ncube nakwa Dube, emva kokudlula emhlabeni kuka somabhizinisi uSibusiso Ncube, ophinda abe ngumnyeni ka Ngqongqoshe woMnyango wezeziMali esifundazweni uNomsa Dube Ncube.
UNdunankulu uSihle Zikalala usechaza uNcube njengomuntu oyidlalile indima yakhe emkhakheni wezamabhizinisi nasekuthuthukiseni umnotho we KZN.
Uthi wakwazi nokungene asebenze ngokuzimisela esikhathini lapho kwabe kunzima ukuba yingxenye endimeni yezamabhizinisi, ikakhulu uma ungumuntu omnyama.
UNcube udlule emhlabeni emva kokugula isikhashana.
UZikalala usho kanje,
powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.