Sekudutshulwe abane eNingimu yesifundazwe

Written by on 4 June, 2020

Abantu abangu 4 sebedutshulwe babulawa ngenkathi indoda engaziwa ivulela ngenhlamvu esxukwini eCreighton ngase Xopo eningizimu yesfundazwe.

Amaphoyisa athi omunye umuntu ulimale kanzima kulesgameko kanti kumanje usethola ukwelashwa esbhedlela.

Aqhuba ngokuthi ababili abanye basinde ngokulambisa kulokuhlaselwa.

Oyiskhulumi samaphoyisa akulesfundazwe, uNqobile Gwala, uthi sebembophile umsolwa.

Listen here:

Podcast stream by Fabrik.fm

By: Bright Ntuli

Tagged as

Gagasi FM

What You Want to Hear



Background