Sekushone oyedwa engozini eyenzeke kuM7 eThekwini

Written by on 13 November, 2019

Umuntu oyedwa useshonile kwathi abanye balimala kulandela ingozi phakathi kwamaloli amathathu kanye nezimoto ezingu 6 ezincane.

Lengozi yehle ku M7 ngase Bellville entshonalanga yeTheku.

Imbangela yalengozi ayikacaci kanti ezintathu zalezimoto zigqamuke amalangabi.

Listen here:

By: Bright Ntuli

Tagged as

Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background