Sekutholakale Isidumbu Empangeni

Written by on 12 August, 2022

By: Siphelele Nzuza

Umphakathi waseNdabayakhe eMpangeni, entshonalanga yeKwaZulu-Natal, usashaqekile namanje emuva kokutholakala kwesidumbu somlisa ongaziwa silahlwe esigangeni sinqunu, sinamaxeba okudutshulwa ekhanda.

Kubikwa ukuthi amalungu omphakathi ezwe ngephunga ebeliqubuka emhosheni oseduze nomgwaqo nalapho athole khona lomlisa edindilizile kodwa engakonakali kakhulu.

Oyikhansela ku-ward 29 kuyona lendawo uSimiso Mngomezulu uyenaba.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background