Sekuthulwe uhlelo olusha oluzosiza ukulwisana nokuhlukunyezwa kwabesifazane

Written by on 3 March, 2020

Undunankulu wesifundazwe, uSihle Zikalala, uthi uhlelo olusha losonhlalakahle luzosiza abantu besifazane abahlukumezekile.

Uhulumeni wakulesifundazwe izolo wethule loluhlelo olubuzwa ngeSocial Workers Programme on Gender Based Violence, lapho wemukele khona osonhlalakahle abangaphezu kuka 150 abaqashelwe ukubhekana naleshlava.

Ekhuluma kulomcimbi obubanjelwe eMhlanga, enyakatho neTheku, uZikalala uthi loluhlelo luzosiza abaningi.

Listen here:

https://iono.fm/e/825040

By: Lethiwe Mdluli


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background