Sekuzoshunqa Uthuli Kushushiswa Abathinteka Kowa-Zondo

Written by on 11 May, 2022

By: Lindelani Mbatha

Uphiko lwezokushushisa, iNPA, ithi imatasa isebenzisana nekhomishana kaZondo ebiphenya i-state capture, ngezinsolo zenkohlakalo.

Lekhomishana ebiholwa yinhloko yamajaji uRaymond Zondo isikhiphe umbiko oveza ukuthi inkohlakalo ibidlalubi kuleli eminyakeni eyishumi eyedlule.

Lombiko uveza ukuthi iziqumama zomndeni wakwa Gupta bezinomthelela ezinqumeni zikahulumi kanti ubuphinde uzitamuzele ngamathenda.

Oyisikhulumi seNPA Investigating Directorate, uSindisiwe Seboka, uthi balindele ukuthi ikhomishana kaZondo iqhubeke nokubahlinzeka ngemininingwane yenkohlakalo.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background