Sekwanele Ngamathenda Atholwa Abokufika – COSATU

Written by on 10 February, 2022

By: Bright Ntuli

Umfelandawonye wezinyunyana zabasebenzi, iCosatu, uthi alikho iqiniso ekutheni izinkampani zabomdabu wase China kube yizo ezithola amathenda kahulumeni kuqala kunabantu bakuleli.

I-Cosatu isho kanjena ngenkathi ichaza ngekulindele njengoba namhlanje kusihlwa umengameli uCyril Ramaphosa ezokwethula inkulumo yakhe, iSONA.

Iqhuba ngokuthi sekuneskhathi izama ukudingida loludaba nenhlangano ebusayo kanye nohulumeni.

Oyiskhulumi se Cosatu uSizwe Pamla uyachaza:

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background