Sekwiskhathi Sokuthi I-ANC Isebenzele Abantu- Mokonyane

Written by on 19 December, 2022

By: Lindelani Mbatha

Ogaqele isikhundla sokuba ngusekela nobhala wokuqala we-African National Congress (ANC), uNomvula Mokonyane uthi lenhlangano kumele isebenzele abantu.

UMokonyane ubekhuluma nabezindaba zeGagasi Fm eNasrec lapho okuqhubeka khona inkomfa yokukhetha ubuholi, ngezinhlelo zakhe uma enqoba.

Usembangweni wokuba ngusekela nobhala wokuqala noTina Joe-mat Peterson.

Imiphumela kulindeleke ukuthi imenyezelwe ngo 9 namhlanje.

UMokonyane uthi azibuyele emasisweni.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background