Selibuyile Isasasa kwezokuvakasha – Sisulu

Written by on 3 May, 2022

By: Sanelisiwe Dlangamandla

Ungqongqoshe wezokuvakasha kuzwelonke uLindiwe Sisulu uthi imboni yezokuvakasha eAfrika isimame ngo 51% kusukela ekuqaleni kwalonyaka ngo-January.

U-Sisulu usamukele izihambeli ze-Africa Travel Indaba 22 eThekwini, lapho lengqungquthela ezoqhubeka khona kuze kube umhlaka 5.

Kulengqungquthela kukhona abathengi abangaphezu kuka 600 abafuna imikhiqizo eyahlukene kuleli.

Ungqongqoshe uthi nakuba imboni yezokuvakasha ishayeke kakhulu kodwa isasasa selibuyile futhi banethemba ngekusasa yalemboni.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background