Selubekiwe Usuku Lokubeka Izinyane LeSilo Endaweni Yokugcina

Written by on 11 November, 2020

By: Bright Ntuli

Indlu yobukhosi bakwaZulu ithi izinyane leSilo umntwana u Lethukuthula Zulu lizofihlwa ngoLwesihlanu esigogweni sesilo.

UZulu obeneminyaka engu 50 ubudala watholakala ngesonto eledlule ebulewe emzini wakhe eGoli.

Ubeyizinyane lokuqala lesilo nondlunkulu uSbongile Dlamini esgodlweni sakwaKhethomthandayo.

Oyiskhulumi sendlu yobukhosi umntwana uThulani Zulu usho kanje,

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background