Senyukile isibalo samacala obudedengu bezibhedlela

Written by on 29 January, 2020

Umnyango wezempilo uthi ukhathazekile ngokwenyuka kwesibalo samacala lapho abantu bemangalela uhulumeni ngobudedengu bezibhedlela.

Lamcala asephindaphindeke kathathu kuleminyaka emine edlule njengoba ngonyaka odlule nje adla uhulumeni imali elinganiselwa ku 1 hundred and 4 billion wamarandi.

Kanti iKZN, iEastern Cape, kanye neGauteng bahamba phambili ngesbalo sabantu abavulele umnyango wezempilo amacala.

Ekhulumela umnyango, uYogan Pillay, uthi sebefake izinhlelo ezihlose ukunqanda noma ukunciphisa ubudedengu kwezempilo.

Listen here:

By: Bright Ntuli


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background