Sibheka Impilo Namagalelo ka-Kaunda

Written by on 18 June, 2021

By: Bright Ntuli

OwayenguMenameli wase Zambia, uKenneth Kaunda, usechazwe njengomholi oqotho futhi obenenhliziyo emnene.

U-Kaunda ushone ngolwesine, emva kokugula iskhashana kanti ubeseneminyaka engu-97 ubudala.

Lomholi waba ngumengameli wokuqala wentando yeningi kuleliyalizwe alihola iminyaka engu 27,  kusukela ngo 1964 kuya ku 1991.

Intatheli yeGagasi FM, uBright Ntuli uxoxisana nomhlaziyi wezepolitiki ethinta amazwe angaphandle, uWandile Msomi.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background