Siya ngokuqonga isibalo sabashona ngenxa yezingozi zezimoto eKZN.

Written by on 7 January, 2025

By: Pamella Majola

UNgqongqoshe wezokuthutha kulesifundazwe saKwaZulu-Natal, uSboniso Duma usedlulise amazwi enduduzo emindenini yabantu abangu-18 abadlule emhlabeni emva kwengozi yemoto izolo ebusuku kuN3 Van Reenen Pass entshonalanga esenyakatho yeKZN.

Okhulumela lomnyango uNdabezinhle Sibiya uthi lengozi ibandakanye iloli kanye netekisi.

Kwenzeka lengozi nje akukapholi maseko kwenzeke ingozi yebhasi ekulimale kuyo abantu abangu 57, kwashona abangu 4 ku-P100 eNdwendwe enyakatho yeKZN.

uSibiya uyachaza.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background