Stay of Bushiris in SA Irregular – Motsoaledi

Written by on 17 November, 2020

By: Sthulile Mdletshe

UNgqongqoshe Wezasekhaya u-Aaron Motsoaledi uvele phambi kwekomidi ephalemende ukuzophendula kabanzi mayelana nokweqa komfundisi uShepherd Bushiri nomkakhe u-Mary kuleli.

u-Bushiri nomkhakhe beqe baphindela ezweni lakubo eMalawi ngemva kokudedelwa ngebheyili ka R200 000 umuntu ngamunye.

Laba bobabili babheke namacala okushushumbisa imali engaphezu kukaR15 million kanti ngokwembandela yebheyili bekumele bahlale kuleli, baphucwe nama passport abo.

UMotsoaledi useveze ukuthi bebekade benama passport angu 5 umuntu ngamunye. Uqhuba ngokuthi kucaca ngokusobala ukuthi kukhona iziphathi-mandla zikahulumeni ebez’basiza.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background