Afri forum

Inkantolo ephakeme ePitoli isikhiphe isinqumo sokuthi noma ngubani othalakala eneCoronavirus akaphoqelekile ukubekwa ezikhungweni zikahulumeni zokuhlukaniswa. Lokhu kulandela ukuthi inhlangano i-Afriforum iqonde enkantolo ukulwisana nemithetho yokuhlaliswa kwabantu ngenkani ezikhungweni ezihlelwe uhulumeni uma beguliswa yilesifo. Lenhlangano ithi iyasemukela isinqumo senkantolo ngoba uhulumeni akanalo ilungelo lokuphoqa abantu ukuthi bayohlala ezibhedlela ezihlelelwe ukugcina abaneCoronavirus uma bengakwazi ukuzihlukanisa bona nabantu […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background