ANCKZN

Unobhala weANC kulesfundazwe, uMdumiseni Ntuli, usenxuse umphakathi ukuba uthobele yonke imiyalelo kahulumeni ikakhulukazi wokuhlala ekhaya ukugwena ukwanda kwe coronavirus. UNtuli uthi okubaluleke kakhulu abantu okufanele bekukhumbule inhlanzeko nokuqinisekisa ukugeza izandla zikhathi zonke. UNtuli usephinde wancoma imizamo kahulumeni wakuleli yokulwa nokubhebhetheka kwaso. “Siyabanxusa abantu bakithi ikakhulukazi kwaZulu Natal siwumbutho wesizwe ukuthi abawuhloniphe lo myalelo esiwunikwe uhulumeni […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background