ANCYL
Uphiko lwethsa lweANC esifundeni iMoses Mabhida eMaritzburg, luthi abantu asebekhulile ngeminyaka kuloluphiko kumele badede ezikhundleni banikeze ithuba intsha kube yiyona edlala indima ezigabeni zayo ezahlukene Lentsha evela kumagatsha ahlukene eANC kulesifunda imashele emahhovisi eANC eMaritzburg, ithi njengoba kubhekwe okhethweni lohulumeni basekhaya ngonyaka ozayo sekuyisikhathi sokuthi kuvuselelwe iqembu kungene abantu abasha babhekane bona ngqo nezinselelo zeqembu […]
iANC youth league eThekwini ithi isiphinde yasifaka futhi isicelo sayo sokuthi ihlinzekwe yilomasipala ngo-1 billion wamarandi. Kuzokhumbuleka ukuthi loludaba luphendule ubuholi balenhlangano kanye nowayengumeya walelidolobha, uZandile Gumede, inkukhu nempaka. Loluphiko belusola uGumede ngokwehluleka ukugcina isethembiso asenza ngenkathi ethatha leskhundla ngo 2016 sokuthi uzohlinzeka abantu abasha lemali. Oyisikhulumi seANC youth League eThekwini, uThulisa Ndlela, uthi bayethemba […]
-
Pages