Apartheid

iANC ithi isenzo saloyo owayengumengameli wezwe ngasikhathi sobandlululo, uFW De Klerk, kanye nenhlangano, iDe Klerk Foundation, sokuphika ukuthi ubandlululo lwaluwubugebengu nokuhlukumeza abantu, imizamo nje yokuphehla inzondo yobuhlanga futhi kuleli. Iqembu elibusayo lisho kanje kulandela inkulumo kaDe Klerk, ethi akusilo iqiniso ukuthi ubandlululo lwaluwubugebengu wathi futhi alikho icala ngokwenzeka. Lamazwi acasule abaningi ezweni, ikakhulukazi abantu abamnyama, […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background