arrest

Ungqongqoshe wezokuThuthukiswa komnotho kulesisfundazwe, uNomusa Dube Ncube, usexwayise laba abathengisa impahla engangunyaziwe ukuthi babeka impilo yabantu engcupheni. Lokhu kulandela ukuboshwa kwabokufika abangu 53 eThekwini emva kwashaqwa nempahla abebeyidayisa. Ukuboshwa kwalaba kuyingxenye yokusebenza kwamaphoyisa okuhlose ukulwisana nokuthengiswa kwezimpahla ezingekho emthethweni ngalesikhathi kuvalwe izwe. Ungqongqoshe uthi emkhiqizweni ethathiwe bekukhona phakathi amakhondomu, ugwayi kanye nemithi yezinhlungu. Listen here: […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background