Auditor General

By: Lindelani Mbatha   Umgcini mabhuku jikelele, uKimi Makwetu, usetshele iphalamende ukuthi isifundazwe sakwaKwaZulu Natal yisona esihamba phambili ngokusebenzisa imali ingalandelanga imigudu efanele. uMakwetu ubethulela umbiko ka 2018/2019 kwikomidi elibhekelele ukusebenza kwezimali zomaphakathi ephalamende iScopa. Lesisifundazwe sizihola ngemali engaphezu kuka-R12.4 billion, silandelwe yiminyango eyahlukene kahulumeni kazwelonke. uMakwetu uthi kumele kuqiniswe imigomo yokusebenza kwemali kuminyango ethintekayo. […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background