Basic Department of Education

Umnyango wezemfundo kulesisifundazwe usukuchaze njengamampunge ukuthi izikole azikakakulungeli ukuthi abantwana bangabuyela ezikoleni. Lokhu kungemumva kokusabalala komyalezo wezwi lowesifazane ezinkundleni zokuxhumana ozichaza njengomunye wabantu abasesigungwini senye yezinyunyana zothisha ezwakala ethi emva kokuvakashela ezinye zezikole eMaritzburg maphakathi nesifundazwe bathole ukuthi azikho esimweni ezigculisayo. Oyisikhulumi somnyango uMuzi Mahlambi uthi lenkulumo ingumyalezo omdala, eqhuba ngokuthi othisha kulindeleke ukuthi babuyele […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background