Bheki Ntuli

Umnyango wezokuthutha kulesfundazwe uthi ushaqekile ngokushona kwabantu abangu 12 abashone engozini phakathi kweloli lika petrol kanye netekisi ngase Greytown maphakathi nesfundazwe. Ungqongqoshe walomnyango, uBheki Ntuli, uthi phakathi kwabashone kulengozi kubalwa abesifazane abangu 10 kanye nabesilisa ababili kanti oyedwa wabo ubekhulelwe. Uqhuba ngokuthi kumanje abezomthetho bamatasa bazama ukuthola ukuthi lengozi idaleke kanjani. Listen here: Podcast stream […]

Premier, Sihle Zikalala, says the families of the young women whose bodies were found dumped in sugarcane fields and a forest in Umthwalume on the south coast are far from healing, since no one has been convicted for the murder of their loved ones. Zikalala together with Transport and Social Development MEC’s have held a […]

Undunankulu wesfundazwe, uSihle Zikalala, uthi udaba lokubulawa kwabantu besfazane eMthwalume eningizimu yesfundazwe, sekugqamise ukubaluleka kokufundisa abafana ngendlela yokuziphatha. UZikalala usho kanje ngenkathi evakashele imindeni yabesifazane abangu 6, izidumbu zabo ezatholwa seziqala ukonakala ezimobeni zakuleyandawo. Undunankulu ehambisana nongqongqoshe wezokuphepha komphakthi, uBheki Ntuli, kanye nowezokuphepha komphakathi, uNonhlanhla Khoza, sebephinde baxoxisana nezinhlaka zomphakathi ngamasu okulwa naleshlava. Listen here: […]

Umeya waseJozini enyakathyo yesfundazwe, uDelani Mabika, uthi abezomthetho kumele balusheshise uphenyo lwengozi yeloli ebulale abantu abangu 8 kuleliyadolobha izolo. Kusolwa ukuthi umshayeli uphunyukwe yileloli yashayisa izimoto, abantu ebebelinde amabhasi kanye nabadayisi basemgwaqeni. Kuphinde kwalimala kanzima abantu abangaphezu kuka 30. uMabika uthi bafuna ukwazi ngokushesha ukuthi yini imbangela yalengozi. Listen here: Podcast stream by Fabrik.fm Khonamanjalo […]

Ungqongqoshe wezokuthutha kulesfundazwe, uBheki Ntuli, uthi bazosebenza kanzima ukuziqeda nya izinkabi embonini yamatekisi. uNtuli ubethulela amalunga esishayamthetho isabelomali somnyango wakhe sika-R10.6 billion wamarandi. Phambilini inhlangano eyengamele ukusebenza kwamatesi iSantaco iphakamise ukuthi uhulumeni asungule ikhomishana ezophenya kabanzi ngokubulawa kosomatekisi. uNtuli uthi okukhathaza kakhulu ukubandakanyeka kwabezomthetho kuzigameko ezifuze lezi. Listen here: Podcast stream by Fabrik.fm By: Bright […]

The number of known Covid-19 deaths in South Africa has spiked by 10 to 75. The Western Cape now has the highest number of fatalities at 28, followed by KwaZulu-Natal with 27 and Gauteng with eight. The Western Cape has 1279 confirmed cases out the country’s total of 3953. Gauteng has the second most cases […]

Transport MEC, Bheki Ntuli, says the provincial government will make sure that roads that are currently being built will be finished soon. Ntuli had been speaking at the official opening of three roads in Eskhaleni north of the province. He says he hopes that the new roads that have cost the department about R180 million […]

By: Lethiwe Mdluli The ANC in the eThekwini Region says it is aware of the appearance of its chairperson, Zandile Gumede, and regional deputy secretary, Mondli Mthembu, this morning in the Durban Commercial Crimes Court. Gumede who is also the mayor of Ethekwini and her co-accused Mthembu are facing charges of corruption and tender fraud. […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background