Big five Hlabisa

Ithimba eliqwashisa nge coronavirus esfundeni sase Mkhanyakude enyakatho yesfundazwe, aliwuvali umlomo ngobunuku elibufice kwesinye sezitolo kwaHlabisa. Lelithimba belifaka phakathi nomeya waseMkhanyakude, uSolomon Mkhombo, owase Mtuba, uVelangenkosi Gumede, kanye nowase Big5 Hlabisa uComfort Khumalo. Kulestolo sabomdabu wase China, lelithimba lithole izimpahla zokugqoka zangaphansi zinekwe ekudleni okudayiselwa abantu kanye namanzi okugeza abengachithiwe. Listen here: Podcast stream by […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background