Bobo

Abasolwa abangu7 ababhekene necala lokubulala, uAndile Mbuthu, babuyelile enkantolo yaseVerulum enyakatho yeTheku namhlanje. Imantshi kulindeleke ukuba ibatshele ukuthi iyasichitha yini isicelo sabo sebheyili noma bayayithola. UMbuthu nobaziwa ngelika Bobo kwazungeleza ivideo lapho ayeshawa khona ngesihluku etarveni ngakubo oThongathi ngaphambi kokuba aduke. inkantolo isalinde imiphumela yolibofuzo lwakhe. Umphakathi wasoThongathi nohambele lenkantolo namhlanje uganwe unwabu uthi awufuni […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background