Cancer month

By Sthulile Mdletshe   uNgqongqoshe Wezempilo kulesfundazwe, uNomagugu Simelane Zulu, usenxuse imiphakathi ukuthi iqinisekise ukuthi iyasihlolela isifo somdlavuza. Ukusho lokhu njengoba uNovemba umenyezelwe njengenyanga yokuqwashisa ngomdlavuza, kanti uthi uma umdlavuza usheshe watholakala kulula ukuthi ulashwe. Uqhuba ngokuthi ngesikhathi esiningi isizwe esimnyama siyaye sigijimise imithi yesintu okwenza kube nzima ukulapha lesisifo uma kade sesaba khona. Listen […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background