cogta kzn

Ungqongqoshe wakwaCogta kulesisifundazwe, uSipho Hlomuka, uthi lukhulu luyeza luyanyelela kumasipala waseNquthu enyakatho yalesisifundazwe ohluleka ukuthatha izinqumo ezifanele. Lomasipala usolwa ngokuhluleka ukuqoka ngokusemthethweni umeya kanye nokwenza uphenyo ngezinsolo zokungasebenzisi kahle imali. Kusukela ngo2017 lomasipala ubuhamba izinkantolo ngenxa yokungaboni ngasolinye nomnyango wakwaCogta emvakokuba lomasipala uqashe izikhulu ezintathu eziphezulu, nalapho inkantolo eyavuna umnyango. uHlomuka uthi izinto ezifuze lesi […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background