Comfort Child and Youth Care Centre
Abantwana abahlala ekhaya lezingane iComfort Child and Youth Care Centre eKokstad eningizimu yesfundazwe, basinde ngokulambisa emva kokuthi kuqubuke umlilo endlini abahlala kuyo. Lomlilo okusolwa ukuthi udalwe wukuqhuma kwesitofu uqubuke izolo ebsuku kanti okwamanje labantwana bangu 44 bazothathwa bayogcinwa endaweni yosonhlalakahle ukuze bakhelwe kabusha. Ekhuluma nezindaba ze Gagasi FM umeya, uMbulelo Sithole, uthi bazoqhubeka nokusebenzisana nezinye […]
-
Pages